Kukhulu esesifikelele kuko kepha kusekukhulu okusazokwen- ziwa njengokwandisa isibalo sezinkantolo nokuthuthukisa ezikhona ukuze senze ngcono ukuletha ubulungiswa em- nyango wemiphakathi. Siqale ngezinkantolo ezincane sazikhulisa ukuze naloyo ohlala emaphandleni noma kum- alokishi afikelele kubulungiswa bonke ngokuphelele. Kwis- ikhathi sangaphambili abantu bebehamba ibanga elide beya kumadolobhana noma amadolobha amakhulu ukuze bafikele- le kwizibonelelo zikaHulumeni ezinje ngenkokhelo yesondlo nezinkantolo ezibhekene nokuhlukunyezwa kwemindeni.
Omunye umsebenzi ohleliweyo oqaliswe kulo nyaka uku- phendulwa kohlelo lwezinkantolo njengokuthethwa kwama- cala ngolwimi lomdabu. Ezweni jikelele sekuthethwa amacala ngesizulu, isixhosa, isiTswana nesiBhunu kumphakathi okhu- luma lezi zilimi kuphela. Kube usizo olukhulu lokhu kakhulu- kazi kumphakathi obunenkinga yokuzwa ngokuphelele uma kuthethwa amacala. UJustice Today ululandelele lolu hlelo ecacisa ukuthi kungani lufuneka nemiphumela ezokuluveza.
ingamaGatsha ezingama-24 zibe yizinkantolo ezinikeza izinsiza zonke, kusho ukuthi izinsiza zobulungiswa sezi- sondela eduzane namakhaya ezakha- muzi zaseNingizimu Afrika ezingakwazi ukuzimela. Ngokusho kukaNgqongqoshe weZobulungiswa nokuThuthukiswa koMthethosisekelo U-Enver Surty, lesi sinyathelo sizoqinisekisa ukulungiswa kwendlela izakhamuzi, ikakhulukazi abesimame, abathola ngayo izinsiza zobulungiswa.
Lokhu kuhlelwa kabusha kusho ukuthi iziNkantolo ezingamaGatsha ezingama- 24 zizoshintshwa zibe yizinkantolo eziphelele; zibhekana nemibandela efana nesehlukaniso emshadweni, isibonelelo sezingane, kungabalwa amacala obele- lesi ahlale njalo kubhekenwe nawo. Ekhuluma eNkantolo Ephakeme eBloem- fontein onyakeni odlule, ~Ngqongqoshe uSurty, uthe lezi zinkantolo esezihlelwe kabusha zizokwenza kube lula kakhulu kwabesifazane ngoba sebezokwazi uku- thola izibonelelo zezingane zazo eduzane nalapho behlala khona.
Esebenzisa umphakathi wase-Alexandra njengesibonelo, ~Ngqongqoshe uchaze wathi lo mphakathi oyingxenye enkulu yeNdawo uye uhambe ibanga elide uya eRandburg ukuze ubonelelwe ngezin- siza zenkantolo yomphakathi. ngaphansi kwalolu hlelo olusha oselusunguliwe, sebezokwazi manje ukusebenzisa inkantolo yase-Alexander ukuze bafinyelele kulezi zinsiza.
Akusiyo imfihlo ukuthi kwezinye izindawo izithuthi ezisuka emalokishini ziya em- adolobheni lapho lezi zinkantolo zitholakala khona ziyinkinga enkulu, okusho ukuthi iningi labantu lidlula ebunzimeni obukhulu ukuze lithole izinsiza lezi zomphakathi. lsibonelo yizakhamuzi zaseDeben eNyakatho neKapa okumele zihambe ibanga elingamakhilomitha ayi-l11 ukuze zifinyelele epostmasburg, kanti ezaseBolotwa zona zihamba ibanga elingamakhilomitha angama-65 ukuze zifike eLady Frere. Ngakho- ke, ngalesi sinyathelo esesithathiwe kuthenjwa ukuthi izinkinga ezifana nalezi zizoba yindaba yamzukwane.
lngxenye yomphumela walesi sinyathelo ukuba kube lula ukuthola izinsiza zezinkan- tolo zomphakathi ngokunweba zonke izinsiza ziye naseziNkantolo zeNdawo. Lokhu kwenziwa ukuba kulungiswe izinsiza ezinikezwa imiphakathi. Wumbono woMnyango ukuba kusungulwe izinkantolo eziseduze nemiphakathi entulayo.
lzinkantolo zendawo zazisungulwe ukuba zibhekane kuphela namacala obelelesi. Ukusungulwa kwezinkantolo ezinjengalezo ikakhulukazi emalokishini kwakunika um- qondo wokuba ubelelesi butholakala emalokishini kuphela. lzinkantolo zesikhashana nazo zazisebenza ngendlela efanayo. Njengoba lezi zinkantolo bezingahleliwe ukuba zibonelele ezinye izidingo zomphakathi ezifana nokubonelelwa kwezingane ngemali yesondlo kanye nodlame Iwasekhaya, kusho ukuthi usizo olunqala belungatholakali kalula kulaba abaludinga kakhulu.
lzakhamuzi zasemaphandleni nasemalokishini zihamba amabanga amade ukuya kwamkela imali yesondlo.
Ngenkathi kusenziwa amalung- iselelo okufudusa lezi zinsiza kuzobe kubhekwa ukuthi ingabe umsebenzi enkantolo yendawo ngayinye iyakwazi yini ukuwu- mela ngaphambi kokuba lezi zinkantolo zisetshenziswe zibeyi zinkantolo ezinikezelana ngezin- siza zonke.
Ngonyaka ka-2005 isiChibiyelo Seshumi elinambili soMthetho- sisekelo saphasiswa Ukuqeda imingcele ehlanganayo ko- masipala ikakhulukazi lapho bekutholakala khona umngcele womasipala othize uhlangana nowesifunda esinye.
Kuthe kusuka lapho, imingcele yaqhubeka njalo yehlukaniswa ukuze kusungulwe lena yomasi- pala yamanje engama-187.
UMkhulumeli aNgqongqoshe woBulungiswa uZolile Nqayi uthe ~Mthethosivivinywa kulindeleke ubikwe phambi kwephalamende kusaqala nje nyaka umalihlangene ngo 2009.
Kodwa lo Mthethosivivinywa, oqeda kuphasiswa yiphalamende, awufakwe gqozi ngumhawu kungenxayo~thethosisekelonezi-vumelwano zomhlaba nemithetho eqondene nezingane eyathi iNingizimu Afrika yazisayina. ~kudala ~kukhathaz~ka kukuthi imithetho ebhekene nobugebengu ayivumi ukuthi uhlelo luveze enye indlela yokujezisa ngaphandle kwejele. Akukho okunye okutholaka- layo -izingane zinikwa isigwebo sejele noma isijeziso esilengiwe. Balethwa enkantolo njengabantu abadala, badlule kubo bonke ukubi nobunzima beziboshwa ezejwayelekile, kufaka nokuhlanganiswa neziboshwa ezingomakadebona bezigebengu.
Okona kuphambili kulo Mthethosivivinywa ukungafani kwemibono nohlelo lobulungiswa kumacala athize afanelekile. Okuyikhona obe- hlukile ukuvumela ukuthi noma ingane yonile ingajeziswa ngejele ivunyelwe ibuyele emphakathini lokho kuyinika ithuba lokuba izifune ingabuye yone rnasinyane, L.
gumndlandla wengane nokudingwa ngumphakathi ekuwo, kuqalwe kumezekile ukuthi baqale uhlelo lobelapheka, kwelapheke bona malungelo engane. nemindeni yabo kanjalo nomphakathi ngokubanzi.
ezanele ezilungele lezi zindawo, okuyikho okudale ukuthi uMnyango la samajele sokuhlola esiqinisekisa noNlCRO osolwayo ukulungele woBulunaiswa nokuThuthukiswa koMthethosisekelo (DoJ&CD) uaal- ukufakwa phansi kohlelo lokungavalelwa.
Abenzi bamacala bazibona benesibophezelo ngamacala abawenzile eliphela kanjalo uma bephelela emajele.
yehlombe. "Ngo1994 sacishe sasempini yombango. Manje siyakwazi ukudlala igalofu ndawonye. Lokhu kwenzeka ngoba thina siyisizwe sanquma ukuthi angeze sakhetha indlela yempi," uchaze kanjalo uSekela Ngqongqoshe De Lange.
KuNgqongqoshe wami, esesiqede iminyaka engu 15 singabangane manje, ngithi asisebenze nje nda- wonye. Ungumuntu omangalisayo. Sibe nenhlanhla ngokuthi kuqokwe yena. Uletha umusa kulo msebenzi ngendlela asebenza ngayo ebonisana nab0 bonke abathintekayo, uchaze kanjalo uSekela Ngqongqoshe De Lange.
Sifuna ukubonga ngomthelela omkhulu owenzile kumndeni wezoBulungiswa, kuqhubeka usekela Ngqongqoshe, washayelwa ihlombe ngabalaleli abaqukethe iziphathimandla zobu- lungiswa, iziphathimandla zohwebo namalunga oMnyango woBulungiswa ababekhona.
IPhini IikaNgqongqoshe libabaze lan- coma amajaji nomantshi abebekhona kulo mcimbi wegalofu. "Kumajaji ala, ngifuna ukuthi siyabuncoma ubukhona benu. Siyazi kunzima ukuphuma ez- inkantolo, ukuthola umuntu ozokumela isikhala sakho, nokuhlela ngokusha. Bubalulekile ubukhona benu la ngoba bunika abantu abezile ithuba lokuhlan- gana baxoxe ngokukhululekile namajaji. Lokhu kusemqoka ekubumbeni um- phakathi ozwanayo."
UMnu Williams uchaze ukuthi nokuba bengathanda ukuthi zonke iziphathi- mandla zomnyango ezithanda ukudlala kodwa izikhala zinomkhawulo bebe bebheka nokuthi baqale bameme izipha- thimandla eziphezulu zophiko Iwezobu- lungiswa. UMphathi oyinhloko kwihhovi- si IikaSekela ngqongqoshe naye ubonge kakhulu iziphathimandla zobulungiswa ezenze konke okusemandleni ukuthi leli langa libe yimpumelelo.
Mthethosisekelo waseNingizimu Afrika, 1996 waphoqa ukuba kubekwe umthetho wokuba kug- wenywe noma kungavunyelwa ukucwasana okunga- lungile kungakapheli ngisho iminyaka emithathu uqalile ukusebenza. Ngenxa yalokho, iphalamende laphasisa uMthetho Wokulingana Nokugwenywa Kokucwasana Okungalungile onguNo. 4 wango-2000 (UMthetho Wokulingana). Ngakho-ke, uMthetho Wokulingana unikeza isigaba 9 soMthethosisekelo amandla. lsigaba 9 sihlinzekela ukulingana kwabo bonke abantu nokug- wenywa kokucwasana okungalungile.
UMthetho Wokulingana wenza kube lula uhlelo loku- guqukela ohlobeni lomphakathi okhululekile, obum- bene yize wehlukahlukene, obonakala ngobudlelwano babantu abanakekelanayo nabacabangelanayo, baphinde baphile ngokuholwa yimigomo yokulingana, ukwenza izinto ngokulunga, ukungachemi, impumelelo yabantu, ubulungiswa, isithunzi kanye nenkululeko. Lokhu kwenza ukuba kusebenzeke ngempumelelo kuHulumeni kanye nakubantu bon ke (kubandakanywa nezikhungo) ukugqugquzela Ukulingana.
lzinjongo ezinkulu zalo Mthetho yilezi: Ukungavumeli kanye nokugwema ukucwasana okungalungile; Ukungavumeli kanye nokugwema inkulumo enen- zondo; Ukugwema ukuhlukumezana; Ukugqugquzela ukulingana; kanye Nokuhlinzeka izisulu zokucwaswa okungalungile, zen kulumo enenzondo nezokuhlukumezeka intuba yokuphunyula.
Ukucwaswa okungalungile ngukuphathwa ngendlela eyahlukile uma uziqhathanisa neminye imikhakha yabantu, bese isithunzi sakho njengomuntu silulazeke ngenxa yokuphathwa kanjalo. Ukucwaswa kuthathwa njengokungalungile uma kwenza uzizwe uhlukumeze- kile noma uncisheka imihlomulo kumbe amathuba uwancishwa ngayinoma umuphi umuntu ngenxa yokukodwa noma okungaphezulu kokukodwa kulokhu okulandelayo okungavumelekile; okuphathelene no- bulili, iminyaka, ukukhubazeka, ezenkolo, unembeza, inkolelo, amasiko, ulimi, okuphathelene nokuzalwa, njll, kanye nanoma yisiphi esinye isizathu lapho ukucwas- wa kuba nomthelela omubi emalungelweni omuntu kanye nasekukhululekeni kwakhe ngendlela ebucayi engaqhathaniswa nokucwaswa ngezizathu ezingavu- melekile.
kulabo abakulungele lokho. Akukho mali yasenkantolo ekhokhwayo maqondana nokwethulwa kwa- macala ezinkantolo zokulingana. Ngakho-ke, ukusebenzisa lezi zinkantolo kumahhala.
Umyalelo wokuba kuxoliswe ngaphandle kwemibandela; Umyalelo wokuba kukhokhwe imali yezindleko ikhokhwa ngobekwe icala eyikhokhela lowo ofake isikhalazo; Umyalelo onikeza ithuba kanyr namalungelo akhona abe- phucwe ngendlela engafanele lowo ofake isikhalazo; Umyalelo ofanele wokuvimbela obekwe icala ekufinyeleleni ezindaweni ezithize; Ukudlulisela icala kwesinye isithangami ukuze sibhekane nalolo daba, njengakuMqon- disi Wokushushiswa Kwama- cala Omphakathi ukuba ethule amacala obugebengu angaba khona.
Ngakho-ke, amalungu omphakathi ayanxuswa ukuba asebenzise izinkantolo zokulingana uma esola ukuthi ayacwaswa, noma uma kusetshenziswe kuwo inkulumo enenzondo, nanoma behlukunyez- we ngendlela echazwe ngenhla. Uma usola ukuthi kunecala ongali- faka kulezi zinkantolo, hamba uye enkantolo kamantshi eseduze nawe ucele bakuyise enkantolo yokulin- gana noma kumabhalane wezokul- ingana. Umabhalane wezokulinga- na uzokusiza ekufakeni isikhalazo sakho.
Ngokomthetho olawula ezobugebengu, indlela yokuz- iphatha komuntu ozinikelayo kufuneka kube ngumuntu owonile ngendlela yokuthi angagwetshwa okungenani unyaka owodwa ejele, kusho isivumelwano. Ukuzinikela kungenqatshwa uma ukona noma ubugebengu bufanele isigwebo sentambo. Ngokomthetho olawula izaphuli mthetho zopolitiko unganqatshelwa ukuzinikela uma usi- saphuli mthetho soplotiko. Ngokusekwe phezu kokungathi kusamthetho, kunesidingo sokuba ubufakazi bommangali bonele ukuze kubekho ukuthethwa kwecala ngokomthetho walowo ungummangalelwa. Ngokomthetho ongavamile, lowo ozinikezelayo makan- gashushiselwa amanye amacala ngaphandle kwalowo azinikezele ngawo, kuso isivumelwano. Ukuziphatha komuntu ozinikezelayo kudinga ukuthi enze ubugebengu ekufanele bujeziswe ngokumbopha ithuba ubuncane elin- gangonyaka, ngokomthetho wesivumelwano. Ukuzinikela kunganqatshwa uma isigwebo sombaleki singaba yisig- web0 sentambo. Usizo ekuvunyelwene ngalo kumacala obugebengu bufaka ukukhomba nokulandelela abantu ubazi bahlala kuphi, ukufaka isamani, ukuthola ubhalise istatimende nokusithumela kosimqondile, ubufakazi nez- incwadi zenkantolo.
sni noma yini edingekayo uma uya kulezi nkantolo. Ukhulume nangezindlela zobandlululo ezihlukile.
yoSizo Kwezomthetho. UMantshie Didymus Nompandana wamkele bonke abebekhona emcimbini. "Leli lilanga elisemqaka ngoba siletha usizo kubantu bethu emnyango." Ukhuthaze abantu bathathe incwajana ezicacisa nge Small Claims Court baye naza ekhaya ukuze banikeze nalabo abangakwazanga ukufika kulo mgubho. "Sizani nizithathe izincwadi zolwazi niye nazn ekhaya ukuze bazi ngezidingo esiziletha kubo."
UMphathi Nkantolo wesifunda uNothemba Sogayise, utshele umphakathi ngezinye izinsizakalo ezilethwa nguMnyango. Zona zifaka imibandela yesondlo, ukuhlukunyezw emndenini, inkantolo ekhethekile yezingane, izinkantolo ezejwayeleklle zenhlalakahle nezobugebengu, nenkantolo yedivosi. Ukhuthaze abantu bacele usizo enkantolo.
Loluhlelo lubhekelele ukwenza ngcono Ukufinyelela koBulungiswa kum- phakathi obekade uncishwe am- athuba, uhlukumezeka; ukuthuthukisa kokuqonda nolwazi ngamalungelo ~Mthethosisekelo nokukhuthaza uku- lekelela kwintando yeningi ngezingxoxo emphakathini nokuqinisekisa imibutho yezakhamuzi.
Ukuphucuza ukufikelela kubulungiswa Ukukhuthaza ukufikelela kuBulungiswa kungenziwa ngokusekela imibutho eyahlukile esebenza nemiphakathi. Le mibutho ibhekelela imiphakathi ngokuyinika izeluleko ezifanele isize ekwandiseni Ukufinyelela koBulun- giswa. Loluhlelo luzakuqinisekisa utho oluhlangene nobumpofu, ushint- sho lobume bomnothongokwenhlalo luyenzeka ngokusebenzisa uMthetho- sisekelo njengesikhali. Kungenzeka lokhu ngokuqinisekisa ukufinyelela ezinkantolo zethu kwabampofu naban- genazinto abanenkinga yokufika lapho kutholakala usizo.
Uhulumeni nenhlangano zasekuhlaleni basebenza kanyekanye befundisa um- ukwakha umphakathi omusha ekuphila phakathi ngamalungelo awo ngokoMthethosisekelo.
UNks. Sooka ubonge umphakathi nezivakashi ezenze lo mgidi ube yimpumelelo. "Namuhla nina nonke abala, nibonakalisa ukuthi iNingizimu Afrika entsha esiyakhekile." Ubonge noNgqongqoshe woBulungiswa wan- gaphambili ~Ngqongqoshe Brigitte Ma- bandla ngokuqala uhlelo. "Ngithanda ukubonga nalo okhona ~Ngqongqoshe woBulungiswa nokuThuthukiswa koMthethosisekelo, uMnu Surty, ngokusheshisa lolu hlelo."
Ukuqokwa kwenu kwenziwe ukuze nibuyisele kumphakathi lonke ul- wazi eninalo." Uqhubeke wachaza ukuthi uMnyango wenza umseben- zi omuhle kakhulu otuswa nas- emhlabeni wonke."
Ngesicelo semindeni engaboni ngasolinye, iFamily Advocate inxusa usizo lukasonhlalakahle benze ucwaningo bezwe imibono yamacala wonke babuye babheke izimo abantu ababangayo abaphila phansi kwazo nesandulela noma insusa yombango. AbeFamily Advocates babuza izingane ukuze bazwe imicabango nemibono yazo.
Lokhu kusindisa ingane ekuyeni enkantolo, ubufakazi bunikwe ngabazali. UMnyango ukubona kusemqoka ukuthi kuqeqeshwe abammeli bemindeni abaningana. lnani elingu 25 lamahhovisi ezweni jikelele asayasebenza ekunyuseni izinga lokutholakala kwabammeli bemindeni. UMnyango ubone ukuthi umkhuba wemindeni wokuxazulula izinkinga awunasisombululo ugcina uletha inzondo nezisongelo, umn- deni uhlakazeke. Lokhu kugcina sekuphazamisa izingane ngokomqondo, ikakhulukazi idivosi.
Umzali osele ngemuva kuza kufuneka agcwalise ifomu eqoki- we esetshenziswa yilaba bammeli emacaleni anje kumazwe ekusetshenziswana nawo ngokwesivumelwano.
uthi angathola zonke izincwadi ezifunekayo abheke okumayelane nomthetho kwisicelo nanokuthi izwe ingane ethunjelwe kulo liyisimakanjani. Uma izwe ingane ethunjelwe kulo yizwe elisayine isivumelwano, kwabe konke okomthetho kume ngomumo, ummeli uqoqa konke enze umqulu athumele isicelo kulo mmeli wezwe lokuthumba acele ukubuyiselwa kwengane ngokushesha . Lolu hlelo alukwazi ukuqhubekeka ngale ndlela urna izwe lokuthumba lingelol- unga IeConvention.
Bonke abammeli ababhekene nalenhloko yamacala bayacel- wa yi Convention bathathe izinyathelo zokuzama ukubuyiswa kwengane ngumthumbi ngentando nokuzwana. Lokhu kwen- ziwa ngokuxoxisana ngokwemingcele. Kuphetha kuphelela enkantolo urna yonke imizamo iwe phansi. Le nhloso futhi ihambelana nomthetho obhaliwe kuMthetho Wezingane, othi, naluphi udaba oluqondene nengane kufuneka lulalelwe ngendlela ngokubonisana nangendlela engasombulula ink- inga.'.
Elona cala elakhe lasemilonyeni ya- bantu yelesicelo sokubuyiselwa kwen- gane esaphikiswa yingane ngokwayo yala ukubuya. Uma kwenzeka lokho, kufanele ummeli noma isazi sengqondo senze isinqumo emva kokuhlola ukuthi umqondo wengane ukhulile ukuze ak- wazi ukuzicabangela akunathonya lomu- nye omuntu ukuze inkantolo ikwazi uku- fikelela kwisinqumo.lzizathu zengane zokuphikisa isicelo ziyaphenywa nazo ukuze kukhitshwe ngaphandle ifuthe angahle abenalo umzali ongumthumbi enganeni. Ezinye izigwebo ezikhona zibonisa ukuthi ukuthathwa kwengane kwakun- gelona icala, nokuthi umzali osele ngemuva wayenganakile engasebenzisi amalungelo obuzali ngesikhathi so- kuthathwa noma sokuthunjwa kwen- gane, noma umzali osele ngemuva wayevumile noma waphela evumelana nokubalekiswa Iukuthunjwa kwengane. Elinye iqiniso eliye livele kukuthi ingane isihlezi kahle kubume bendawo entsha, inkantolo ayingeniki isinqumo sokuthi mayibuyiswe. Kwisicelo lapho ukubuyiselwa kwen- gane kuphikisana nemigomo ye- sisekelo somthetho selizwe ebhekene nokukhuselwa kwamalungelo kwabantu nesisekelo senkululeko inkantolo azikho phansi kwengcindezi yokunquma uku- buyiselwa kwengane.
Uma ingane ithunjwe ngokungemthetho ukudlula isikhathi sonyaka, kufakwa isicelo sokubuy- iswa kwengane kodwa uma isihleli kahle kwindawo entsha yaye kunobufakazi bokuthi isiyithanda, inkantolo isinganquma ukuthi angabuyiselwa. Inkantolo ingazin- qumela ukuvuma noma ukwala ukubuyisela ingane.
lconvention isebenza kuphela kulabo abasuswel bathunjwe ngokungemthetho emva kokuba isivumelwano siqalile ukusebenza phakathi kwamazwe asayinile..
imilayezo yezinqumo eziphuma kubafiki ezabhaliswa noma zaqinisekiswa.
nyango uthole ezingu 34,831 izikhalo malunga nesigaba 6 soMthetho.
Noma iyiphi inkantolo kamantshi, inkantolo ye- sondlo kule ndawo eya yakhelwe kuyona ngendaba yokubhekana noMthetho wesondlo futhi namuphi umshushisi uyisiphathamandla sesondlo kwinkanto- lo aphethe kuyona. lsiphathimandla sesondlo senza ucwaningo ngecala emva kokwethulwa kwesikhalo esihlangene nesondlo esingakhishwa. Isiphathi- mandla sesondlo singakhipha isinqumo sesamanisi eliyalela abantu abathintekayo bavele phambi kom- antshi ukuze azwe isikhalo singani.
Ekulalelweni kwecala, ubufakazi buyangena ma- cala wonke yabe abafuna abameli bangenze njalo. Abakho abantu abavunyelwe enkantolo ngaphandle kwabathintekayo.
ezimisiweyo zesondlo, izinqumo ngokuvumelana noma ngengcindezi noma izinqumo ezilayela ukuthi kuhlolwe ukuthi kuhlolwe ukuthi obekwa icala ngem- pela ngabe nguye ongubaba wengane.
EziNkantolo zeSondlo kukhishwa izinqumo ezin- gakhalelwa eNkantolo ePhakeme suka lapho uye kukhalela eNkantolo yaJaji okuGcina. lsinqumo esikhishwe yiNkantolo yeSondlo uyaphoqwa usenze ngokunye bangakuthimbela izimpahla zakho, badonse kwimali yomholo, noma bakufakele icala lokukhoka nyanga zonke ngenkani enkantolo. Ukungasebenzisani nesinqumo sesondlo (eg. Ungayikhokhi imali yesondlo) kukwenza icala lobugebengu.
Uma inkantolo ikuthole unecala lokungakhokhi imali yesondlo, ingaze (uma ithethwe enkantolo yenhlal- akahle) idale kubekho ukuvivinywa bese kukhishwa isinqumo sokuthi ukhokhe nesikweletu sesondlo sangaphambilini. lcala lobugebengu obekwa Iona eNkantolo kaMantshi ngokwahluleka ukukhoka imali yesondlo ingaphendulwa kube yicala lophenyo lesondlo.
Sikhulumisane nabasebenzi boMnyango nomphakathi sibuza Ukuthi bangasekela kanjani izinga lobugebengu kule lizwe.
rika. Lokhu ngikush ngoba sinentsha eningi engaqedi isikole ibese iphelela iyizigebengu.
Abantu bangena Ngicabanga ukuthi asiphephile ngokwanele kule kubugebengu ngoba Ilizwe.
UHulumeni ufanele akhe inkundla zemidlalo emiphakathini ukuze intsha izilolonge yahlu- kane nobugebengu.
